Kuwine iSACP ngenxa yokuphela kwesithembu seDA, EFF, ne-MCA eMetsimaholo

2017-12-22 08:00

Johannesburg - Inhlangano ye-South African Communist Party (SACP) isihola umasipala wayo wokuqala, ngemuva kokwakha umbimbi noKhongolose namanye amaqembu amathathu amancane eMetsimaholo eFree State.

Le nhlangano ithole lesi sikhundla ngoLwesine lapho kumenyezelwe khona uLindiwe Shongwe njengeMeya entsha yakule ndawo, kwathi uThabo Mabala we-ANC waqinisekiswa njengoSomlomo.

Esikhundleni sikaSotswebhu kukhethwe uVictor Nyembe oyilungu lenhlangano iMetsimaholo Community Association's (MCA).

OLUNYE UDABA: ISACP eKZN ifuna 'ukuthelelana amanzi' nabaholi be-ANC esifundazweni

Iqembu le-EFF ebelinethemba lokuthi yilona elizophatha okokuqala kule ndawo njengoba beliphakamise amagama amahlanu amalungu awo faneleke ukuthatha lezi zikhundla zontathu, kodwa bakhala phansi kuzo zonke.

ISACP kanye ne-ANC babe nesivumelwano sokubuyisana ngemuva okuthi amaKomanisi aveze ngenyanga edlule ukuba azozimela kulolu khetho.

Yize kunjalo, bebelidinga ivoti leMCA kanye namanye amaqembu asafufusa i-African Independent Congress (1) ne-Forum for Service Delivery (1) ukuze baqinisekise ukuthi bayawudla lo mhlanganiso.

Lo masipala obuholwa amaqembu u-DA/EFF/MCA ngokubambisana kuphoqeleke ukuba ubuyele okhethweni ngemuva kokuphela kwalesi sithembu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.