Kuxolise abemboni yamatekisi kulandela izingozi zomgwaqo

2016-05-06 10:03

Johannesburg - Umengameli weSouth African National Taxi Council, uPhillip Taaibos uxolisile ngendima edlalwa ngamatekisi ezingozini zomgwaqo eNingizimu Afrika.

"Siyaxolisa kakhulu siyimboni yamatekisi. Angeke size sihlazeke uma ningase nisole thina kuphela ngezigameko. Singabanikazi alamatekisi alokhu eqhubeka nokubulala abantu benu," kusho uTaaibos.

UTaaibos ubekhuluma enkonzweni yesikhumbuzo sezisulu ezingu-14 ezadlula engozini eyayiphakathi kwetekisi neloli ku-R41 eRandfntein eWest Rand ngoLwesihlanu olwedlule.

OLUNYE UDABA: "Angikaze ngiyibone ingozi enje empilweni yami"

Lesi sigameko singezinye zezigameko ezingu-179 ezenzeke ezinsukwini eziyisithuba ezweni.

UNgqongqoshe wezokuPhepha koMphakathi uSizakele Nkosi Malobane ekhuluma enkonzweni yesikhumbuzo uthe: "Sizokhuluma ngqo nabashayeli bamatekisi ukuze izophela yonke le mbhudane.

"Asikwazi ukuhlezi sifihla bantu ngenxa yokunganaki kwabantu, bahlezi beohuthuma befuna ukuhamba zonke izindawo ngokushesha bebebephethe abantu," kuqhuma uMalobane.

UNgqongqoshe wezeziMali uBarbara Creecy utshele imindeni yezisulu namalungu omphakathi ukuthi wezwa sengathi isifundazwe saseGauteng sigubazelwe yifu elimnyama ngesonto eledlule, kubika iSowetanLive.

"Ngesikhathi ngimile endaweni yesigameko, akukho engangikucabanga ngaphandle kokuthi bonke abadlulile ebelindiwe emakhaya," kusho uCreecy.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.