Kuxoshwe uDlamini-Zuma egqumeni laseMarikana

2017-08-22 19:30

Marikana - OwayenguSihlalo we-African Union Commission, uNkosazana Dlamini-Zuma -ANC uxoshiwe endaweni okwenzeka kuyo isibhicongo sango-2012, okwashona kuso inqwaba yabavukuzi.

UDlamini-Zuma ubehlele ukuyobeka izimbali egqumeni laseMarikana lapho amaphoyisa adubula abulala khona abavukuzi abangu-34.

Umthamo wamadoda abegqoke izikibha ze-Amcu ahebeze uDlamini-Zuma kanye nabehamba nabo.

OLUNYE UDABA:#Marikana: Sikhumbula abasebenzi asebalala ngenxa yalesi sibhicongo

Enye yala madoda izwakale ithi abantu ababengekho ngosuku lwesibhicongo abavumelekile ukuba khona manje.

Kuzokhumbuleka ukuthi i-ANC yayingekho ngesikhathi kunesikhumbuzo sala bavukuzi abashona ngo-2012 njengoba abathintekayo bathi abawudingi uKhongolose kuleya ndawo.

 - TWITTER:

 - IVIDEO:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.