Kuxwayiswa abanamakhadi akwa-SASSA ngoshintsho

2016-11-03 18:00

Durban - Izakhamuzi zaseNingizimu Afrika ezinamakhadi akwa-SASSA kuthiwa aziqaphele ushintsho olwenzeka kulolu hlelo, kubika iDaily Sun.

I-South African Social Security Agency yenza izinguquko ezimbalwa ukuze babhekane nezikhalazo ezenziwa yilabo abasebenzisa loluhlelo mayelana nokukhushwa kwezimali zabo zesondlo.

USHINTSHO 1: Ukusetshenziswa kwamakhadi aluhlaza

Amakhadi aluhlaza asetshenziswa iningi labantu ngeke esasebenza kwizikhungo zikahulumeni. sekuzosebenza kuphela amakhadi asemthethweni amhlophe ezindaweni zokukhokha, lolu shintsho seluqalile ukusebenza.

Amakhadi aluhlaza asezosebenza kuphela uma ukhokha ezitolo ezinkulu.

Okhulumela abakwaSASSA uMbizeni Mdlalose uthe bathatha lesi sinyatholo ukuthumela umlayezo oqinile wokuthi abasambisani nokusetshenziswa kwamakhadi aluhlaza.

Amakhadi aluhlaza anikezwe abantu abayingxenye kaSASSA kusukela kwizinkampani ezibolekisa ngemali ngoba kulula kubona ukuba badonse imali yabo.

"Lokhu akusikona ukukhwabanisa ngoba yibona abantu abamukela isondlo abakugunyazayo lokhu. Yize kunjalo siyabaxwayisa ngalesi senzo."

making these changes to address widespread complaints from grant beneficiaries that strange or inflated deductions are made from their social grants.

USHINTSHO 2: Ukuqedwa kwenqubo yokudonswa kwemali emakhadini

Kusukela ngomhlaka 1 kuDisemba wonke amapholisi athatha imali emakhadini akwaSASSA azoqedwa nya.

Lokhu kwenziwa ngoba isindlo singesesikhashana kanti abakwa-SASSA basabela ukuthi laba abathola isondlo ngeke bakwazi ukuwakhokhela amapholisi uma seluphela uhlelo lwesondlo.

Labo abathola isondlo kumela baqale phansi bazenzele izinhlelo ezintsha zokukhokhela izinkampani.

UMdlalose uthe labo abasohlweni labazothola isondlo impilo yabo yonke futhi abafuna ukuba abamapholisi badonse emakhadini abo kumele baye emahhovisi akwa-SASSA bayocela imvume ebhalwe phansi.

Ngolunye ulwazi mayelana nezinguquko ezenzekayo ungaxhumana nabakwa-SASSA ku-0800 6010 11 noma 012 400 2322.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.