Kuxwayiswa abantu ngezikhukhula eKZN

2016-07-25 19:01

Durban - Abezimo eziphuthumayo KwaZulu-Natal sebexwayise abantu ukuthi baqaphele njengoba izikhukhula sezihlasele ezinye izingxenye zesifundazwe ngoMsombuluko.

Okhulumela i-EMS uRobert McKenzie uxwayise labo abasebenzisa imigwaqo ukuba baqikelele uma beshayela.

OLUNYE UDABA: Izikhukhula zibulale 8 eThekwini

Uphinde wathi akumele bazame ukunqamula amabhuloho elengela phansi, ahamba ngaphezulu kwemifula.

"Siyacela ningazami ukuwela imifula edla izindwani noma nishayele emigwaqeni egcwele amanzi," esho.

Kukholakala ukuthi abatakuli bami ngomumo njengoba iqhubeka nokuyidliva imvula ehambisana namakhaza ashubisa umnkantsha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.