Kuxwayiswa abashayeli bezimoto nezakhamuzi ngesiteleka sabamatekisi

2017-11-08 07:05

Johannesburg – Izakhamuzi zaseTshwane zixwayiswa ngokuphazamiseka kokuhamba kwezimoto emigwaqeni eminingi ebheke enkabeni yedolobha ngenxa yesiteleka sabashayeli bamatekisi ngoLwesithathu.

Abashayeli bamatekisi bathi badiniwe ngenxa yokungaxhaswa, amalayisensi okusebenza nangezinye izinto.

Umbhikisho kulindeleke uqale eMarabastad.

Okhulumela iNational Taxi Alliance uTheo Malele uthe: “Sizohlangana eMarabastad ngo-08:30 ekuseni bese imashi ilibhekisa ehhovisi loMnyango ngo-11:00 ekuseni.”

OLUNYE UDABA: Kugxekwe kabi ukubulawa kwamadoda KwaMashu

Khonamanjalo, ngoMsombuluko uMnyango wezeMfundo eGauteng unxuse abazali ukuba baqinisekise ukuthi babeka phambili ukuphepha kwezingane zabo.

UNgqongqoshe wezeMfundo uPanyaza Lesufi uthe isiteleka sihlelwe ngesikhathi esibucayi kakhulu lapho abafundi behlolelwa khona ukuphela konyaka.

Uqhube wathi othishanhloko esifundazweni sonke bathunyelelwe uhlelo abangalusebenzisana ezimeni ezithize ngenxa yesiteleka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.