Kuxwayiswa i-WC ngamakhaza ashubisa umnkantsha

2016-07-20 19:01

Cape Town – ISouth African Weather Service isikhiphe isixwayiso esibhekiswe kubantu baseWestern Cape ukuba bazilungiselele amakhaza ashubisa umnkantsha alindeleke namuhla kusihlwa.

Kuxwayiswa ngomoya ovunguza ngamandla, imvula enkulu kanye nezikhukhula, ikakhulukazi eKapa namaphethelo kanjalo nase-Overberg.

OLUNYE UDABA: Kuxwayiswa ngamakhaza azohlasela ezweni

Kuthiwa kungenzeka kuwe ngisho isithwathwa ezifundeni ezakhelene nezintaba, ezifana noSwartberg ne-Outeniqua.

Isangoma sezulu uRian Smit uthe lezi zimo okubikwa ngazo zilindeleke namhlanje ebusuku.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.