Kuxwayiswa izakhamuzi ngenqwaba yezinyoka ezizobonakala kulezi zinsuku

2017-08-05 09:13

uMdloti - Isakhamuzi saseMdloti, KwaZulu-Natal, uJason Arnold has uxwayisa izakhamuzi zakule ndawo ikakhulukazi ezihlala emgwaqeni uNewsel Road ukuba ziqaphele izinyoka.

Ngokubika kwephephandaba lomphakathi iNorthglen News lithi lesi sikhamuzi sisho lokhu ngemuva kokuthola inyoka yohlobo lwemamba ehlaza egcekeni lakwakhe.

U-Arnold uthe: "Ziningi izinyoka ezisazobonakala kule ndawo. Lokhu kwenziwa wukuthi muningi umsebenzi oweziwayo wokushiswa komoba nokuyilapho ezivame ukuhlala khona izinyoka."

OLUNYE UDABA:Ucela usizo owesifazane onendodana 'ephenduka inyoka enkulu'

Lo mlisa uthi izinyoka zizobaleka kule ndawo zizame ezinye izindawo zokukhosela.

Uqhubeke wathi izakhamuzi kumele ziqaphele kakhulu kodwa futhi zizivikele izinyoka.

U-Arnold usebenza ukubamba izinyoka kanti uthi yize kungajwayelekile ukubA izinyoka zibonakale ebusika, kodwa kulokhu kuyaphoqa ukuba zibaleke njengoba kushiswa umoba. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.