Kuxwayiswa ngamakhaza KwaZulu-Natal

2017-10-04 18:01

Durban - Kuxwayiswa izakhamuzi zaKwaZulu-Natal ngezimvula ezinamandla ezihambisana namakhaza ashubisa umnkantsha kanjalo nesivunguvungu somoya.

I-South African Weather Service ithi kulindeleke ukuba amazinga okushisa ehle njengoba kuza umsinga obandayo esifundazweni kusukela namuhla ntambama.

Izimvula ezinamadla zilindeleke kakhulu eningizimu naseningizimu-ntshonalanga yesifundazwe namuhla ebusuku.

OLUNYE UDABA:Zidale umonakalo izikhukhula eGauteng

Kwezinye izingxenye zesifundazwe kulindeleke ukuba likhemezele kuze kushaye uLwesihlanu ekuseni.

Isangoma sezulu, u-Aslam Sardiwalla, sithe kukhishwe isexwayiso ngesivunguvungu somoya ngasogwini oluseningizimu.

 - TWITTER:

 - NEWSWATCH

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.