Kuxwayiswa ngesimo sezulu esingesihle eMgungundlovu

2017-12-19 18:00

Pietermaritzburg - Izangoma zezulu namuhla ekuseni zikhiphe isixwayiso ngesimo sezulu ezingesihle esifundazweni iKwaZulu-Natal.

UMasipala uMsunduzi nawo ube usudlulisa isexwayiso esifanayo, lokhu kushiwo yilowo okhulumela iSouth African Weather Service uThobeka Mafumbatha.

UMafumbatha uthe kulesi sexwayiso kubalwa isiphepho esihambisana nesichotho esikhulu, moya omkhulu ongadala umonakalo kanjalo nezikhukhula.

OLUNYE UDABA:Kusolwa isimo sezulu kuphenduka imoto

Kulindeleke izikhukhula ezingxenyeni zoMgungundlovu namuhla, ngakho umphakathi uyanxuswa ukuba wehlise ukuthatha izindlela ezingabalulekile.

"Qaphelani uma nithatha uhambo niqinisekise nokuthi imfuyo kanjalo nezimoto zisendaweni evikelekile. Izakhamuzi ezihlala ezindaweni eziphansi ziyacelwa ukuba ziqikelele kakhulu ngenxa yezikhukhula ikakhulukazi ezindaweni okubalwa kuzo kwaJikaJoe, eSobantu, KwaPata, eSigodini kanye nezinye izindawo ezigudla imifula nemihosha," kusho uMafambatha.

Uthe amabhulohwe amancane ayinkathazo kakhulu kanti azobe ebhekwe kakhulu yilawo asezindaweni okubalwa kuzo iMsunduzi River eSigodini, eGeorgetown, eSobantu naseLincoln Meade.

Abashayeli nabantu abahamba ngezinyawo bayacelwa ukuba bahambe ngezinye izindlela ezingadluli kulezi zindawo ezibaliwe.

 - Iol

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.