"Kuyihlazo ukulanda amalobolo"

2016-05-26 17:01

Durban - Kuyaphoxa ukulanda amalobolo akho lapho usuhlukene neNgoduso osuyithembise umshado, kubika iLANGA.

Ngokusho kwesazi sezamasiko uMnu Madoda Zungu, akulona ihlazo ukushiya kwengoduso oyilobolile ithande omunye umuntu  futhi ilotsholwe nakhona, kodwa kuyihlazo kuwena muntu wesilisa osesele ngemuva.

Kuyindaba endala kwaZulu ukulotsholwa kabili kwentombi, uma wena wenza kancane, imbangi yayifika ilobole iqede.

OLUNYE UDABA:Sebeyaganga uma bebiza amalobolo nezibizo - Umbono

"Inhloso yomuntu wesifazane wukuthi agcine esevuse umuzi womnumzane, ngakhoke akukuhle ukudlala ngaye umthembise into engayindawo uqale amalobolo bese uhudula izinyawo,"kusho uZungu.

Ihlazo livela lapho kumuntu wesilisa ngoba ubonakala njengesehluleki, uhlulekile ukuqedela amalobolo kwaze kwafika abasheshayo bawenza lowo msebenzi bawuqeda.

"Uyise wentombazane akangeni ndawo ekutheni ithanda bani, angazemukela izinkomo zesibili uma isinqumile ngemthandayo ngoba ayijikiswa muntu kulokho,"

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.