Kuyalelwe ukuba angadalulwa amagama abasolwa ngokubulala eMarikana

2018-03-16 18:00

Brits – Ithimba labameli babamangalelwa ecaleni elibhekene nabesilisa abangu-11 abasolwa ngetulo lokubulala abaholi benyunyana eMarikana namaphethelo licele ukuba bangadalulwa abasolwa.

Abasolwa bavele eNkantolo kaMantshi eBrits ngoLwesihlanu nokuyilapho ukulalelwa kwesicelo sebheyili kuhlehliselwe uMashi 28 no-29. 

Omunye wabasolwa ongaphandle ngebheyili uphume enkantolo ephelezelwa ngamaphoyisa abehlome ezingovolo.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe ovulele umufi icala elingekho

Ungomunye wabasolwa abangu-9 abavele enkantolo ngoLwesihlanu.

Abanye ababili bavela ngasekuqaleni kwenyanga bona, kuyona le nkantolo.

Ezokuphepha ziqinisiwe kanti abezindaba banqatshelwe ukushicilela amagama abasolwa kanye nezithombe zabo ngenxa yokwesabela ukuthi kungase kuqubuke olunye udlame.

Abesilisa abane bangaphandle ngebheyili kanti abayisikhombisa bagcinwe esitokisini kuze kube babuyela enkantolo ngokuzayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.