'Kuyancomeka ukwehla kwesibalo sabashona ezingozini zomgwaqo'

2018-01-24 14:04

Durban - Inhlangano i-Automobile Association of South Africa ikholwa wukuthi abashayeli sebeyayihlonipha imithetho yomgwaqo.

ULayton Beard we-AA uncome lokhu ngemuva kokuba uMnyango wezokuThutha umemezele ukuthi isibalo sokushona kwabantu ezingozini zomgwaqo ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi sehle ngo-11% uma kuqhathaniswa nesikhathi samaholidi kaKhisimusi ango-2016/2017.

OLUNYE UDABA:Umnyango wezokuthutha uthi izingozi zingagwemeka ngokushayela kahle

"Sehlile isibalo sabashayeli abathola amathikithi ngokuhamba ngesivinini esiphezulu kanti lokhu kutshengisa ushintsho kubashayeli. Lokhu kuyasikhuthaza futhi kuyethembisa ukuthi izinto zisengaguquka," esho.

UBeard ukholwa wukuthi ukusetshenziswa kwama-meter taxi kungenzeka ukuthi nakho kusizile ekwehliseni izingozi zomgwaqo.

"Iningi labantu likuqaphele ukuthi zikhona ezinye izinto zokuhamba ezingasetshenziswa ukuba bafike bephephile emakhaya. Babonile ukuthi asikho isidingo sokuzishayelela uma bekade bezikhiphile ebusuku. Lokhu kuyinto okufanele igqugquzelwe," ephetha.

 - Newswatch 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.