Kuyaphenya ngokutholakala kwesidumbu sendoda ngakuQueen Nandi Drive

2018-03-23 16:00

Durban - Amaphoyisa angabatshuzi KwaZulu-Natal athole isidumbu sendoda sintanta emfuleni ongaku-N2 eThekwini.

Amaphoyisa ophiko lweSouth African Police Services Search and Rescue Unit abizelwe kuMhlangane River eduzane nasemagaraji akuQueen Nandi Drive ngemuva kokubonakala kwesidumbu ebesesiqala ukonakala sintanta emanzini.

OLUNYE UDABA:Kutholakale isidumbu somuntu emgwaqeni eLimpopo

Kubonakala sengathi umufi angabalelwa emyakeni eko-30 ubudala. Kuvele ukuthi wagwazwa emhlane.

"Kusolwa ukuthi umufi wagwazwa wabe eseminza. Kuvulwe icala esiteshini samaphoyisa aseGreenwood Park ukuze kuzophenywa. 

"Bekungakaboshwa muntu okwamanje," kusho okhulumela amaphoyisa uLt-Col Thulani Zwane.

 - Newswatch



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.