Kuyaphenywa ngobulawelwe 'ukweba' izimbuzi

2018-05-02 12:33

Johannesburg - Amaphoyisa aseMasoyi aphenya icala lokubulawa kwendoda eneminyaka engu-27 ubudala ehlaselwe ngezinolo zokweba izimbuzi ngoMsombuluko ekuseni, kubika iMpumalanga News.

Ngokusho kukaCaptain Naniki Nonyana, isisulu kusolwa ukuthi sishaywe ngabantu abebesisola ngokweba izimbuzi zabo.

OLUNYE UDABA:Oshayasibhamu badubule babulala umalusi bezama ukweba imfuyo

"Abasolwa bafika kubo kamsolwa ngezithuba zabo-04:00 ngoMsombuluko bamthatha bahamba naye baya endaweni engaziwa lapho abafika khona bamshaya ngemishiza nangezimvubu. 

"Ngemuva kwesikhashana wabe esehanjiswa kubo kagogo wakhe lapho ashonela khona esalinde kufike i-ambulensi ukuba imphuthumise esibhedlela," kusho uNonyana.

UNonyana uqhube ngokuthi amaphoyisa avule icala lokubulala.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.