Kuyaqala ukuqulwa kwecala lokubulawa kukaKarabo Mokoena

2018-03-05 07:34

Johannesburg – Kuzoqala namuhla (ngoMsombuluko) ukuqulwa kwecala elaba sematheni ngonyaka odlule lokubulawa kwentokazi uKarabo Mokoena.

Umsolwa kuleli cala yisoka lakhe uSandile Mantsoe, wagcina ukuvela phambi kweNkantolo eNkulu iSouth Gauteng ngoSepthemba wangonyaka odlule.

Izithombe zale ntokazi engumfundi zazizungeza ezinkundleni zokuxhumana kusukela ngomhlaka-28 ku-Ephreli kuthiwa ilahlekile.

Isidumbu sakhe satholakala esigangeni endaweni yaseLyndhurst, sishisiwe.

Leli cala lasusa omkhulu umsindo ezinkundleni zokuxhumana njengoba abantu bekhala ngokuthi abantu besilisa abanazwelo ngoba yibona abahamba phambili ekuhlukumezeni abesimame, ikakhulukazi abathandana nabo.

OLUNYE UDABA:#RIPKaraboMokoena: Uzogqunywa esitokisini osolwa ngokubulala uKarabo Mokoena

INews24 ithi bangaphezu kuka-20 ofakazi abazokwethula ubufakazi babo kuleli cala.

Lo msolwa oneminyaka engu-27 ubudlaa ubhekene nokuhlela ukubulala uMokoena nokuyisigameko esenzeka ngomhlaka 28 Ephreli 2017.

Lo mlisa ubhekene nelinye icala lokushaya umufi nokuyinto eyenzeke ngamahlaka 27 Mashi 2017.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.