Kuyaqhubeka ukufunda eVuwani nakuba kuphinde kwashiswa isikole

2016-08-10 17:32

Johannesburg – UMnyango weMfundo yamaBanga aphansi uthi kuyaqhubeka ukufunda eVuwani nakuba kuphinde kwashiswa esinye isikole endaweni.

Cishe mane amagumbi okufunda ashisiwe kwesinye sezikole ezikule ndawo.

Indawo yaseVuwani ikhungathwe imibhikisho kusukela ngasekuqaleni konyaka, izakhamuzi zikhala ngokufakwa kumasipala omusha, kwacekelwa phansi izikole ezingaphezu kwezingu-20.

Funda nalolu daba: 'Imfundo yamahhala ingehlisa izinga lobugebengu'

Okhulumela uMnyango u-Elijah Mhlanga uthi izinkulungwane zabafundi ziqalise ukufunda namhlanje, kulandela ukuma nse kwezinto endaweni.

“Iningi labafundi kanye nothisha basezikoleni.”

UMhlanga uthi abafundi esikoleni esishiswe ebusuku basebenzise amanye amagumbi ukufunda.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.