'Kuyathusa ukuba izinyunyana zifuna uZuma ehle esikhundleni'

2016-11-19 11:33

Cape Town – Izinyunyana ezingaphansi kweCosatu ezifuna uMengameli Jacob Zuma esule esikhundleni ‘ziyathusa’ njengoba i-African National Congress ingakaze igxambukele ebuholini bezinyunyana, kusho okhulumela i-ANC uZizi Kodwa ngoLwesihlanu.

UKodwa uthi iqembu likubonile okushiwo yizinyunyana emphakathini muva nje, kodwa ikomidi eliphezulu le-ANC yilona elizothatha izinqumo ngekusasa likamengameli.

"Siyayihlonipha iCosatu njengenhlangano esisebenzisana nayo. Siyazihlonipha nezinhlelo zayo zokukhetha ubuholi,” usho kanje etshela iNews24.

OLUNYE UDABA: Kushone usana engozini yomgwaqo

"Asikaze sizibandakanye njenge-ANC ezintweni ezithinta ubuholi beCosatu, kunalokho siyabeseka.”

"Kuyasithusa ukubona izinyunyana ezingaphansi kweCosatu ziqhubeka nokufuna ukuba ubuholi be-ANC behle esikhundleni.”

UKodwa ubekhuluma ngesicelo seNational Health and Allied Workers Union (Nehawu) neCommunication Workers Union (CWU) sokuba uZuma ehle esikhundleni kulandela ukugxekwa kobuholi bakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.