Kuzoba nzima ukuvala isikhala sikaNkosazana Dlamini-Zuma

2016-05-11 13:29

African Union - Sekusele ngaphansi kwezinyanga ezintathu ukuba kuqale ingqungquthela ye-African Union eyenzeka phakathi kukaNtulikazi eKigal eRwanda, kubika i-AllAfrica.

 Sebekhona abasibheke ngabomvu isikhundla sikasihlalo weKhomishana wale nhlangano esekuphele iminyaka emine sibanjwe uNkosazana Dlamini-Zuma.

Ngaphambilini kwakwenziwa isivumelwano mayelana nomuntu ofanelekile ukuba athathe lesi sikhundla. Kodwa ngemuva kokhetho lwango-2012 lapho kwavotwa izikhathi eziningana ukuze kukhethwe uDlamini-Zuma.

OLUNYE UDABA:UDlamini-Zuma uhlangane noMugabe ngaphambi kweye-AU

Nakulo nyaka kubonakala sengazi kwozokwenziwa ukhetho, kanti lokhu kuhlukanisa amazwe ngaphakathi, njengoba iningi lalifuna abuyele esikhundleni sakhe uNkosazana kodwa-ke ubesekuqinisekisile ukuthi uyazishiya izintambo.

Bathathu abantu abahamba phambili kwababheke lesi sikhundla, uDkt Pelonomi Venson-Moitoi, 65, waseBotswana, Dkt Specioza Naigaga Wandira Kazibwe, 60, wase-Uganda kanye no-Agapito Mba Mokuy, 51, wase-Equatorial Guinea.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.