Kuzobanjwa inkonzo yesikhumbuzo yanesi wase-PMB

2017-01-26 13:04

Pietermaritzburg - UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal ugxeke isigameko sokubulawa kwanesi waseMgungundlovu. 

UNtokozo Ndlovu ongunesi esibhedlela iGreys udutshulwe wabulawa esemzini wakhe oseGrange ePietermaritzburg ngoLwesibili uzobanjelwa inkonzo yesikhumbuzo. 

OLUNYE UDABA: Kushaywe umhlengikazi emtholampilo

UNdlovu uhlaselwe eqeda ukufika emzini wakhe ephuma emsebenzini ekuseni njengoba ebengene ebusuku.

UNgqongqoshe wezeMpilo KwaZulu-Natala, uSibongiseni Dhlomo, uthe uNdlovu ungunesi wesithathu obulewe kulesi siFunda eminyakeni emithathu.

UDhlomo ucele amaphoyisa ukuba aluphenyisie lolu daba.

Ungqongqoshe uzobe esenkonzweni yesikhumbuzo salo nesi ezobe isesibhedlela iGreys ngezithuba zabo-12:00 namuhla."

 - Newswatch

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.