Kuzobashubela abathi uKhanyi Mbau walala noLucky Dube

2016-05-23 13:29

Johannesburg – Unontandakubukwa onguKhanyi Mbau uthathele i-website izinyathelo zomthetho ngemuva kombiko othi uMbau waphumela obala ngokuthi ubani owathatha ubuntombi bakhe.

Le website yathi uMbau waqala ngoLucky Dube ukwenza ucansi.

Amaphepha akhishwe abameli baMbau anxenxa le website Imzansi.co.za ukuba ixolise esidlangalaleni kuMbau ngomhlaka-23 Meyi.

"Ngiyacela nazi ukuthi nizothathelwa izinyathelo zomthetho ngemuva kokubika amanga ehlisa isithunzi sikaMbau.

OLUNYE UDABA: UKhanyi Mbau uphawula ngolwamaBlesser

“Kuyoba kuhle ukuthi niyeke ukubika ngoMbau ngendlela ecekela phansi isithunzi sakhe,” kusho lesi sexwayiso.

Lesi sexwayiso siqhube ngokuthi uma lezi zimfuno kungahlangatshezwana nazo, kuyothathwa ezinye izinyathelo.

Lokhu kuza ngemuva kwezinsuku ezimbalwa uMbau ebize ngamanga umbiko othi ubuntombi bakhe bathathwa yilo mculi ongasekho emhlabeni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.