Kuzobe kuboshelwe inqwaba yabaculi nosaziwayo kwi-Wololo Festival

2017-08-01 12:31

Johannesburg – Idili lomcimbi womculo ohlelwe yinkampani ephethe abaculi, iWest Ink, iWololo Music Festival lizoqala eMpumalanga ngomhlaka-5 ku-Agasti.

Kulo mcimbi ozodonsa amahora angu-22 kuzonandisa abaculi abaningi, oDJ, kanye nosaziwayo kumabonakude kanye nasemsakazweni okukhona phakathi kwabanye uKwesta, iBig Nuz, iDurbans Finest, uLerato Kganyago, u-The Naked DJ, uFistaz Mixwel, uSomizi, uGlen Lewis, u-Euphonik kanye neDestruction Boys.

OLUNYE UDABA: Izihlabani zabaculi baphesheya zizonandisa emadolobheni amane kuleli

“Lo mcimbi ungenye indlela iWest Ink Records ekhombisa ngayo amanye amathalente ashisayo aseNingizimu Afrika kanjalo nokuletha ezokuvakasha edolobheni iWitbank, ngesikhathi uveza obala ithalente lobuciko obusha kanye namasiko asedolobheni,” isitatimende sabezindaba besifundeka kanjalo.

IWololo Music Festival izoba sePuma Stadium ngeSonto eWitbank. 

The Multi Award winning?????? @kwestadakar LIVE ??at the #WOLOLOmusicfestivalwitbank | GET YOUR TICKETS NOW @ computicket?

A post shared by West_Ink_Records (@west_ink_records) on

Loyal to the game?????@bignuzsa LIVE at the #WOLOLOMUSICFESTIVALwitbank 5 August 2017?get your tickets today @ computicket??

A post shared by West_Ink_Records (@west_ink_records) on

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.