Kuzobe kunandisa umzukulu "kaMama Afrika" emcimbini we-Afrika Day

2016-05-17 12:30

Durban – U-ZENZI Lee ongumzukulu kaMiram Makeba uthi ukhule engamelwe umculo yingakho kubelula kuyena ukuthi akhethe le ndlela, kubika iDailysun.

Le ntokazi  eyazalelwa eNew York yakhipha i-albhamu yayo yokuqala ethi,Daynights ngo-1999 futhi uthi sekuyisikhathi sokuba abantu bakuleli bazizwele ngokwabo umculo kanye nekhono lakhe.

Lokhu kuzokwenzeka emcimbini we-Afrika Day ozobanjelwa eState Theatre ePitoli ngesonto elizayo njengoba engomunye wabaculi abazobe bewuhola lo mcimbi.

OLUNYE UDABA:Abesifazane kumele bavuke bazithathe - Madonsela

“Ngalo mcimbi, ngihlele ukunandisa ngamaculo ambalwa kagogo, abantu abake basebenza naye kanye nawami. Ngizoshaya futhi namaculo ayengikhuthaza ngokuhamba kweminyaka,”kuchaza yena.

Uqhubeke ngokuthi uzoshaya amaculo wakhe angakawakhiphi nokuwakhipha kodwa azoba yingxenye ye-albhamu yakhe elandelayo.

gihlele ukucula amaculo ambalwa kagogo wami kanye nawami kanye nabanye abantu abake basebenza nogogoithi sekuyisikhathi sokuthi aphumele obala nekhono lakhe. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.