Kuzocaca namuhla ngekusasa lomqeqeshi obangwayo

2017-03-30 12:32

Johannesburg - IBloemfontein Celtic izothola namuhla ukuthi ngabe umqeqeshi wayo omusha uLuc Eymael angadlala yini ebhentshini ngempelasonto uma sebebhekene nePolokwane City.

U-Eymael usanda kujoyina leli qembu ngemuva kokushiya iPolokwane, kodwa ubengakaze aqale ukusebenza kwiCeltic ngenxa yesimangalo esafakwa yiRise and Shine kwi-PSL.

Iphini loqeqeshi wePhunya Sele Sele uLehlohonolo Seema linethemba lokuthi lo mqeqeshi waseBelgium uzovunyelwa ukuba aqalise ukuqeqesha leli qembu ngaphambi komdlali wabo ozoba se-Old Peter Mokaba Stadium ngeSonto (15:00).

OLUNYE UDABA: Uzodlala amasonto angu-8 engadlali oweDowns

“Umqeqeshi [Eymael] ubengekho [ngesikhathi sekhefu lemidlalo yeFIFA] njengoba bekumele ahambe ayokwenza i-UEFA [Pro License],” kusho uSeema etshela iKickOff.com.

“Umqeqeshi ubuye kuleli ngeSonto futhi usehlale nathi isonto lonke kanti siyethemba ukuthi namhlanje icala lizophela futhi lizovuna thina ukuze umqeqeshi ezohlal aebhentshini emdlalweni olandelayo ozoba ngeSonnto nePolokwane City.”

“Angisazi isikhathi secala, kodwa linamuhla.”

- KickOff.com

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.