Kuzodingeka u-R100m ukwakha kabusha indawo eshelwe yimijondolo

2017-03-16 09:30

Cape Town – Idolobha laseKapa ngoLwesithathu lithe kuzodla imali engafinyelela ku-R100m ukwakha kabusha indawo yaseMizamo Yethu kulandela ukusha kwemijondolo kule ndawo ngempelasonto.

"Ukwakha kabusha kuzokwenza ukuba sikwazi ukufaka okokucima umlilo, yizindawo zokuhamba abantu kanye nezinye izinto ezingasetshenziswa abezimo eziphuthumayo ebezingekho phambilini,” kusho iPhini likaMeya u-Ian Neilson esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Kushone oyedwa kungqubuzana izimoto ePinetown

NgoLwesibili ilungu lekomidi lezokuphepha kuleli dolobha, uJP Smith, lithe bangu-7 300 abantu abakhahlanyezwe umlilo obulale abantu abane.

UNeilson uthe uhulumeni waseWestern Cape wethembise ngokulekelela ngezindleko zomngcwabo wabashonile. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.