Kuzogwetshwa owalahlwa amacala okunukubeza onobuhle

2017-07-24 11:05

Johannesburg – Ukugwetshwa kwalowo owayeyisikhulu senkampani yonobuhle uDawie de Villiers, olahlwe amacala okuhlukumeza ngokocansi, kuzoqhubeka eNkantolo eNkulu eGoli ngoMsombuluko.

Ukugwetshwa kwakhe sekuhlehliswe izikhawu eziningi.

NgoFebhuary, uDe Villiers walahlwa amacala angu-32 kwangu-38, okubalwa kuwona elokudlwengula ingane, ukuhlukumeza ngokocansi, ukukhwabanisa, nokubukisa izingane izithombe zocansi.

OLUNYE UDABA: Asihlaleni ku-ANC silungise 'umonaka'- Ramaphosa

Inkantolo yathola ukuthi wayekhuluma izinto ezishayisanayo ngesikhathi ethula ubufakazi bakhe futhi akabanga ufakazi oqotho.

Enye yezingane ngesikhathi yethula ubufakazi yathi uDe Villiers wayicela ukuba ikhumule izingubo phambi kwakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.