'Kuzohlehla uDay Zero eKapa ngenxa yemithandazo yami' - uMboro

2018-02-07 16:01

eGoli - UMfundisi odumile uMapaseka "Pastor Mboro" Motsoeneng umema izakhamuzi zaseNingizimu Afrika ukuba kubanjwe umkhuleko wezinsuku ezingu-90.

Lo mfundisi uthi kuzobe kukhulekwa kunxuswa uNkulunkulu ukuba anise imvula eKapa.

Ekhuluma nabeTshisaLIVE uMboro uthe uNkulunkulu umtshele ukuthi abantu sebethemba kakhulu ososayensi balahla ithemba emkhulekweni.

"UMoya kaJehova uzivezile kimi ngokuthi abantu sebekhohliwe ukuthi kunoNkulunkulu. UNkulunkulu uyena osinika ukudla, imvula kanye nokwelashwa.

OLUNYE UDABA:UMboro kulindeleke ukuba avele enkantolo ngoJanuwari 2018

"Ukwentuleka kwamanzi wuphawu lokuthi kumele sikhumbule ukuba ososayensi kanye nama-astrologist abanazo izimpendulo, kodwa wuNkulunkulu kuphela ongumqalisi nomphelelisi nokuthi ukholo lwethu yilona olukhulumayo," kusho yena.

UMboro uthi usenqume ukuba akhuleke ngamandla ukuze alwele leli lizwe.

Uthi uhlela ukuhlanganyela neMeya yaseKapa ngomhlaka-8 kwephezulu ukuze bahlele kahle usuku lokukhuleka ukuze kuphele isomiso.

Ukuphawula kukaMboro kuza ngemuva kokuthi uMvangeli odumile u-Angus Buchan naye ekhulume wathi isimo iKapa elibhekene naso sitshengisa ukuthi uNkulunkulu uyithukuthelele leya ndawo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.