Kuzohlonishwa uGugu Zulu ngesikhwama esizosiza umndeni

2016-07-20 10:01

Johannesburg – Umshayeli wezimoto zomjaho eNingizimu Afrika uGugu Zulu, oshone eqwala intaba iMount Kilimanjaro eTanzania, uzohlonishwa ngokuthi umndeni wakhe uvulelwe isikhwama semali, kusho umngani wakhe ngoLwesibili.

UStephen Watson uthi yena nenkosikazi yakhe bakhulume nomndeni kaZulu ngenhloso yokusungula isikhwama.

Funda nalolu daba: Usaziwayo uthi ngabe akamuhle kanje ukuba akalona i-darky

"UGugu ubengumngani, besesazane iminyaka engu-15. Wanikela kakhulu ngesikhathi sakhe. Sifuna ukuqinisekisa ukuthi umkakhe omuhle nendlovukazi yakhe bayanakekelwa,” kusho uWatson kwiNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.