Kuzokhiqizwa imishanguzo ye-HIV engadli kakhulu ephaketheni

2016-07-07 20:31

Durban -  Lama layisensi amasha azosiza kutholakale inqwaba yemishanguzo engabizi kakhulu ezosiza labo abaphila negciwane lesandulela ngculazi.

Lokhu kushiwo umqondisi omkhulu wenkampani iGeneva-based Medicines Patent Pool (MPP) uGreg Perry.

OLUNYE UDABA:Ongoti sebeseke ungqongqoshe ngolwama-ARV

"Sizimisele ukusebenzisana nezinkampani ezizokwazi ukwenza lenqubo isheshe ukuthi kusatshalaliswe le mishanguzo kulabo abayidinga kakhulu.

I-MPP inkampani yezempilo exhaswa i-United Nations kanti kuthiwa lama layisensi azosiza le nkampani ikwazi ukukhiqizela izwekazi lase-Afrika i-lopinavir kanye ne-ritonavir.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.