Kuzokwandiswa amaphoyisa elokishini osekubulawe kulo inqwaba yabantu

2017-10-02 14:04

Cape Town – Amaphoyisa aseWestern Cape athi kuzokwandiswa isibalo samaphoyisa endaweni yaseMarikana, eKapa, kulo nyaka.

Bangu-11 abantu abadutshulwe babulawa esigamekweni sokudubula esenzeke ngoLwesihlanu ebusuku.

Kuze kube manje bekungakaboshwa muntu ngalesi sigameko.

Isigameko sokubulala esenzeke ngoLwesihlanu senze senyukela kwabantu 22 isibalo sabantu asebebulewe kule ndawo emasontweni ambalwa edlule.

OLUNYE UDABA: Kuphenywa ngesokusongelwa kweMeya

Amaphoyisa aphenya ngezinsolo ezithi umphakathi wabulala abantu abangu-12 ababesolwa ngobugebengu.

Asola ukuthi isigameko sangoLwesihlanu kungenzeka ukuba kwakungesokuziphindiselela.

Kuboshwe abantu abane kule ndawo ngoMsombuluko kodwa akukho okubahlanganisa nalesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.