Kuzonqunywa ngokudayiswa kwendlu yemeya ‘ukuze kusizwe abahlwempu’

2017-08-31 14:07

Pretoria – Umbiko mayelana nokuthi kungakhoneka yini ukudayiswa kwendlu ehlala imeya ngokomsebenzi eTshwane uzothunyelwa ukuze ugunyazwe emhlanganweni wanyanga zonke ngoLwesine.

IMeya uSolly Msimanga wamemezela enkulumweni yakhe yedolobha ngaphambilini kule nyanga ukuthi le ndlu yakhe iyadayiswa.

OLUNYE UDABA:UZuma uzobhekana nemibuzo ngokuzuza komndeni, iSABC noManana

Ngokombiko weNetwerk24, uthi le mali izosetshenziswa ekwakheni izindlu zabahlwempu.

Okhulumela uMsimanga, uSamkelo Mgobozi, uthe le ndlu ekuGroenkloof, empumalanga nePitoli, ingase idayiswe ngemali elinganiselwa ku-R5m. Lokhu kungokokuhlolwa kwenani layo kwakamuva.

Ingaphezulu kuka-R12m imali esisetshenzisiwe ekulungisweni kwalo muzi kanti umsebenzi awukakaqedwa okwamanje. Kodwa lowo owayeyiMeya, ye-ANC, uKgosientso Ramokgopa, wakugunyaza lokhu kulungiswa.

UMsimanga uthi ngisho noma ngabe imali ingeke isatholakala, ukudayisa indlu kozongenisela idolobha imali. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.