Kuzophazamiseka ezokuthutha ngenxa yesiteleka sabamatekisi eKurhuleni

2018-03-19 19:30

Johannesburg – Ezokuthutha umphakathi zizophazamiseka eKurhuleni, empumalanga yeGoli ngoLwesibili.

Lokhu kungenxa yokuba imboni yamatekisi ithathe isinqumo sokungenela isiteleka ikhala ngohlelo lwe-bus-rapid transport (BRT) kuleli dolobha.

Ku-Twitter ngoMsombuluko, iSouth Africa National Taxi Council (Santaco) ixolisile ngokuphazamiseka okuzodalwa yisiteleka ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Kushone 5, kwalimala 13 wabantu kwenyathisa igazi eThekwini

Le nhlangano inxuse izakhamuzi zase-East Rand ukuba zithole ezinye izinto zokuhamba njengoba ezobe engabonwa amatekisi.

Inhlangano ithi isiteleka sihlanganisa abaholi, abanikazi kanye nabashayeli bamatekisi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.