Kuzophenywa ngephoyisa elihlasele owesilisa

2016-11-14 14:30

Randfontein - Amaphoyisa azophenya ngozakwabo uhlasele owesilisa ngesikhathi kumiswa imoto ebihamba umndeni ku-R28 phakathi kweRandfontein neKrugersdorp.

Amaphoyisa abezama ukumisa imoto emgwaqeni u-R28 ngesikhathi abantu abebehamba ngale moto benqaba ukuyimisa, amaphoyisa kudingeke ukuthi aze abajeme.

Lo mndeni othintekayo uthi udinwe kabi ngesenzo selinye lala maphoyisa okuthiwa ligcine selishaya owesilisa obesemotweni.

Abephephandaba lomphakathi iHerald bathole i-video yalesi sehlakalo. Kulokhu kubonakala owesimame ehayiza lapho iphoyisa ligxavuna owesilisa.

OLUNYE UDABA:Lishonile iphoyisa elidutshulwe nguzakwabo ngephutha

Leli phephandaba lithumele le video kulowo ongusomlomo wamaphoyisa uCaptain Appel Ernst, eRandfontein.

NgoMsombuluko ekuseni, lo kaputeni ukuqinisekisile ukuthola le video washo nokuthi kusaphenywa ngalolu daba.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.