Kuzophenywa ngohlekise ngokushona "komlungu" ezinkundleni zokuxhumana

2017-02-08 08:01

Johannesburg –Ikhomishana emele amalungelo abantu baseNingizimu Afrika ithi isalucubungula udaba lokuphenya ngesithombe esifakwe ezinkundleni zokuxhumana ngokushona kwalowo owayedlalela ama-Springbok.

Lesi sithombe sibonisa umlingisi enza ihlaya ngokushona kukaJoost van der Westhuizen kanti sifakwe wuRiaan Lucas enkundleni u-Twitter.

ULucas usekhethe ukulivala ikhasi lakhe kule nkundla kulandela ukugxekwa ngesithombe sakhe.

AbeSouth African Human Rights Commission bakuqinisekisile ukuthi bathole izikhalazo ngalesi sithombe kusukela ezinhlanganweni ezimbili zicela ukuba kuphenywe ngalolu daba.

OLUNYE UDABA:UMugabe uthe akafuni ukubona umlungu phambi kwakhe

Okhulumela i-SAHRC uGushwell Brooks uthe ziningi izimo abasazicubungula ngalolu daba, kubika i-EWN.

“Uma kukhona ofaka isikhalazo, siyaye sixhumane naye ngqo bese sixhumana nalowo ongumsolwa,” kusho yena.

Okwamanje kusathungathwa uRiaan ngoba inkampani ayibhalile enkundleni ithi ayinaso isisebenzi esingu-Riaan Lucas.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.