Kuzoqiniswa ezokuphepha ezikhungweni zokuvota

2016-08-02 07:05

Durban - UMengameli uJacob Zuma uthe kuzoqiniswa ezokuphepha ezikhungweni zokuvota ukuqinisekisa ukuthi akubibikho udlame, kubika iSABC News.

Kulindeleke ukuba kuvote abantu abangu-28 miliyoni ngoLwesithathu kulolu khetho loMasipala.

Umbango wakulo nyaka iwona onzima kakhulu ngengoba kuhlukene imibono kwimiphakathi kanti nabaholi bamaqembu ezombusazwe abazibekile phansi.

OLUNYE UDABA:I-EFF icela kufakwe i-NFP emaqenjini angenele ukhetho

UZuma usegunyaze ukwengezwa kwamasosha angu-2000 ukuze alekelele amaphoyisa ukuqinisa umthetho ngesikhathi sokuvota.

"Silindele ukhetho olunokuthula futhi kungabi bikho ukusatshiswa kwabantu. Sifuna abantu babe nesiqiniseko sokuthi bazovota ngaphendle kokuzithola bengaphansi kwengcindezi,"kusho uMengameli wezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.