Kuzoshiyana ukwenza phakathi kukaChristiano Ronaldo noGareth Bale

2016-07-06 20:29

Lyon - Sekuseduze phambili kumnciniswano we-Euro 2016 njengoba sekuyimidlalo eyandulela eyamanqamu, kubika iKickoff.

Abadlali be-Real Madrid bazophenduka izitha kumdlalo wanamuhla njengoba uGareth Bale odabuka kwelaseWales ezothathana noChristiano Ronaldo ozobe edlalela izwe lakhe iPortugal.

OLUNYE UDABA:UTinkler akajabule ngendlela abadlali abatshalela ngayo uNdoro ibhola

IWales ithuse abaningi ngekhono lokufika kulesi sigaba kungalindele bani ngemuva kokushaya iBelgium kanti leli qembu libophele ngabadlali abaphambili njengo-Joe Allen, Gareth Bale no-Aaron Ramsey abadlala esiswini.

Ngeke sikwazi ukusho okufanayo ngelikaRonaldo ngoba akubanga lula ukuba bafike kulesi sigaba njengoba kube wumqantsa ukushaya iPoland. Abaphathi baleli qembu abagculisekile neze ngomdlalo kaRonaldo kule midlalo kanti ithemba selibekwe kuPepe, Ricardo Queresma noRenato Sanchez ababonise okukhulu ukuzikhandla.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.