Kuzotshalwa amasosha ezindaweni ezinobugebengu obudlulele: Mbalula

2017-11-16 09:35

Cape Town - UNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula, uthi kuzotshalwa amasosha ezindaweni ezinobugebengu obudlulele ezifundazweni ezahlukene, okubalwa kuzo iGauteng neWestern Cape ngaphambi kwamaholidi kaKhisimusi.

UMbalula ngaphambilini wayecele ukuba amasosha alekelele amaphoyisa ekulwisaneni nobugebengu.

UMengameli Jacob Zuma nguye umuntu ozobeka izwi lokugcina ngokutshalwa kwamasosha kulezi zindawo.

OLUNYE UDABA:Sekutshalwe amasosha ukubhekana nolwabokufika

UMbalula ulokhu egcizelela ekutheni ukutshalwa kwamasosha i-South African National Defence Force (SANDF) ezindaweni ezinobugebengu obudlulele emphakathini yethu yinto ezokwenzeka maduze.

"Siphezu kwalo lolu daba lokutshalwa kwamasosha emphakathini yethu ngemuva kwalokho uMengameli nguye ozobe esekugunyaza lokhu. Lokhu kuzokwenzaka ngaphambi kwamaholidi kaKhisimusi."

Uthi, ukutshalwa kwamasosha kuzokwenzeka ezindaweni lapho okunezinga eliphezulu lobugebengu, eWestern Cape, ezindaweni ezisenyakatho nePort Elizabeth nezingxenye zesifundazwe iGauteng neKwaZulu-Natal.

- EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.