Kuzovalwa amanzi amahora angu-16 eThekwini ngoLwesine

2017-01-25 19:30

Durban - UMasipala waseThekwini kanye naseMsunduzo uzovala amanzi kusukela ngoLwesine ekuseni kusukela ngo-08:00 kuze kube wu-00:00.

Lokho kulandela isimemezelo esenziwe abakwaMgeni Water njengoba kuzokwenziwa umsebenzi obalukelike endaweni yokuhlanzisisa amanzi eMidmar Water Treatment Plant. 

Izindawo ezizothinteka yilezo eziphakelwa yidamu iMidmar

OLUNYE UDABA:Kuphazamiseke ukuhlinzwa kwezidumbu amanzi engekho

Eminye yemizamo kaMasipala yokonga amanzi, kuhlelwe izikhathi lapho kuzonqanyulwa khona amanzi izikhathi ezithile ukuze kulawulwe ngendlela ukusetshenziswa kwamanzi.

Nazi izindawo ezithintekayo:

• Mt Moriah Reservoir - Pinetown CBD, New Germany Industrial, Westmead, Ashley, Sarnia, Paradise Valley

• KwaNdengezi Reservoir - Kwandengezi naseCoffee Farm

• Tshelimnyama 3 Reservoir - Tshelimnyama, KwaNdengezi, Dassenhoek, Kwalinda, Emansenseni naseStockville

• Tshelimnyama 2 Reservoir - Tshelimnyama

• Tshelimnyama 1 Reservoir - Tshelimnyama, Mpola, Thornwood, Marian Park, Pine View, Mariannridge, Nagina, Birchwood Park naseMadiba valley

• Intake Reservoir - Klaarwater, Luganda, Intake, Khoselini naseWelewele

• Birch Road Reservoir - Mariannridge Industrial Park naseNirvana Hills

• Washington Heights Reservoir - Umshinini, St Wendolins Ridge, Phumuphele naseSavannah Park

• Berkshire Downs Reservoir - Clermont

• KwaDabeka 1 Reservoir - KwaDabeka and Wyebank kwaDabeka Clinic, KK hostel nase-Old age home

• KwaDabeka 2 Reservoir - KwaDabeka

• KwaDabeka 3 Reservoir - KwaDabeka

• Wyebank Reservoir - Wyebank, Molweni, Fannin Road, New Germany, Motalabad nakwaDabeka

• Methven naseMountain Ridge - Westville

• Club House naseHocking Place - Westmead

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.