Kuzozilelwa abantu abalinganiselwa ku-120 ababulewe

2016-07-04 07:46

Bagdad – Izwe lase-Iraq namhlanje ngoMsombuluko lizoqala ukuzilelwa abantu abalinganiselwa kwabangu-120 abashone ngesikhathi idelakufa liziqhumisa ngebhomu eBaghdad, okuyisenzo okuthiwa senziwe yi-Islamic State.

Ukuziqhumisa kwedelakufa kwenzeke eKarrada ekuseni ngeSonto ngesikhathi kugcwele abathengi kule ndawo.

Funda nalolu daba: Kushone 26 engozini enyathisa igazi

UNdunankulu uHaider al-Abadi umemezele izinsuku ezintathu zokuzilela izisulu ngesikhathi ehambele indawo yesigameko.

Uthembise ngokuthi abenzibokubi bazojeziswa kanzima.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.