Kuzwakale ukuthi wayefunda ibhayibheli umama owadutshulwa yindodana

2016-05-18 07:25

Cape Town - Indoda esolwa ngokudubula unina, 72, ngomhlaka-13 Meyi ngoLwesihlanu, kusolwa ukuthi umama wayo wayefunda ibhayibheli ngesikhathi idubula.

U-Alfred Zwartz, 40, ngoMsombuluko uhlolwe isimo sengqondo ngodokotela ngaphambi kokuba angene ebhokisini eNkantolo yeMantshi yase-Athlone.

Odokotela baqinisekise ukuthi uZwartz usesimeni esikahle ngokwengqondo kanti ubhekene necala lokuzama ukubulala.

OLUNYE UDABA: Indoda ishaye umkayo ngokuphazamisa efunda iBhayibheli

Abashushisi kulindeleke ukuba bakhiphe ubufakazi bokuthi ngomhlaka-13 Meyi uWinnie ongumama womsolwa wayefunda ibhayibheli emzini oseHazendal ku-Oasis Street ngesikhathi emdubula ekhanda nasengalweni.

Njengamanje umama womsolwa usesimeni esibucayi esibhedlela.

Umshushisi uXolani Ntonzini uthe isisulu sasifunda ibhayibheli ngezithuba zabo-14:45 ngesikhathi umsolwa engena efika evulela ngenhlamvu ebhekise kuso.

Ngemuva kwalokho umsolwa wazinikela emaphoyiseni  nesibhemu sakhe esisemthethweni.

Imbangela yokudubula ayikaziwa, kubika iDaily Voice.

Umsolwa uzogcinwa esitokisini aze aphinde avele enkantolo ngomhlaka-3 Juni kanti kulindeleke ukuba afake isicelo sebheyili.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.