Kwamubhedela owaphendula ucingo lweshende phambi kwenkosikazi

2016-08-01 14:39

Lagos - Kuboshwe owesifazane ngecala lokubulala ngemuva kokubulala umyeni wakhe ongumfundisi ngoba ephendule ucingo oluvela komunye umuntu wesifazane ngesikhathi behlezi ndawonye, kusbo amaphoyisa aseNigeria.

Njengamanje uMary Attah oneminyaka engu-28 ubudala waseDelta ugixabezwe ngesigwebo sentambo ngemuva kokuboshelwa icala lokubulala ngokubandakanyeka ecaleni lokushona komyeni walje uDarlington Attah.

OLUNYE UDABA: Umfana, 7, uboshelwe icala lokubulala

Ngokusho kphenyo lwamaphoyisa uMary obeshade noDarlington benezingane ezine uhlasele umyeni wakhe ngommese wasekhishini wamgwaza emqaleni kulandela ukungena kocingo oluvela 'kumakhwapheni'. 

Inkantolo itshelwe ukuthi uMary wavele wavuka umbhejezane kulandela ukungena kocingo ngesikhathi bedla isidlo sasebusuku wagijima wayongena ekhishini wayolanda ummese.

Wabuiya nommese wamugcoba ngopelepele ebusweni ngaphambi kokumgwaza emqaleni.

UMary wabe esemubhunyela umyeni wakhe ngegesi wase emthungela ngomlilo. Waphuthunyiswa esibhedlela iWarri Central la ashonela khona, kubika iwwww.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.