Kwande imibuzo kunezimpendulo ngelokubulawa kwezingane

2018-04-05 07:01

eKapa - Kwande kakhulu imibuzo kunezimpendulu mayelana nembangela nezigebengu ezivulele ngenhlamvu zibhekise emotweni eNyanga nokuyilapho kudubuleke khona owesilisa nezingane ezimbili kanye nenye ena-12 bashona.

"Amaphoyisa aseqalile ngophenyo lwawo nokuyilapho athole khona ukuthi lo mshayeli wemoto odutshuliwe ubesanda kuphuma ejele.

"Kungenzeka ukuthi kunokuhambisana okukhona kuleli cala kanye nokukhishwa ejele kwalo mlisa. ukhishelwe icala elenzeka eStellenbosch," kusho oyilungu lenhlangano eqapha umphakathi uMartin Makasi ngoLwesithathu.

"Mhlawumbe laba bantu bebekade bemzingela kodwa ngeke sazi kahle okwamanje,"kuqhubeka yena.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa izingane ezintathu nendoda eKapa

Izisulu bezihlezi emotweni eBrowns Farm ngezithuba zabo-21:00 ngoLwesibili ngesikhathi amadoda amathathu abehlomile edubula ebhekise kuzo ase ebaleka endaweni yesigameko, kusho uColonel Andre Traut.

Ingane yesine nayo ebisemotweni, isindile, kodwa iphuthunyiswe esibhedlela ngenxa yokulimala.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.