Kwebiwe amaphilisi ezinhlungu esibhedlela e-KZN

2017-11-05 09:30

Durban - Kwebiwe amaphilisi anikezwa iziguli ukuba adambise izinhlungu uma ziqeda ukubeletha esibhedlela iMpumulo.

Umthombo esibhedlela esikwaMaphumulo, enyakathi yeKwaZulu-Natal, uthe la maphilisi ebiwe ngoLwesibili ewadini lokubeletha.

"La maphilisi athathwe nekhabethe agcinwa kulo, kwasala inqwaba yeziguli zingenawo amaphilisi ezinhlungu."

Lo mthombo, uthe abaphathi besibhedlela bayazi ngalokhu.

OLUNYE UDABA:OweGenerations uboshelwe ukweba amaphilisi ekhanda

"Bazizwa ngosuku ebiwa ngalo.

"Lesi simo sithanda ukuba nzima njengoba singase sibeke izimpilo zeziguli engcupheni.

"Akekho owaziyo ukuthi omama ababelthayo bazobhekana kanjani nezinhlungu ngaphandle kwala maphilisi."

Lo mthombo, uthe la maphilisi abesanda kufika esibhedlea futhi ayabiza.

"Akusikho okokuqala kwebiwa la maphilisi.""

Lo mthombo uphinde wathi basola ukuthi la maphilisi ebelwe ukuthi ayodayiswa ngaphandle.

"Le mishanguzi miningi kakhulu, akukwazi ukuthi ingebelwa ukuyosetshenzisw aumuntu oyedwa, eyisebenzisela izidingo zakhe," usho njalo.

Okhulumela umnyango u-Agiza Hlongwa uthe udaba baphezu kwalo.

  - Daily Sun

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.