Kwebiwe izibhamu esiteshini samaphoyisa, eMkhomazi

2017-05-28 14:01

Durban - Iqembu leNkatha Freedom Party lifuna uNgqongqoshe wezokuPhepha nokuVikelwa komphakathi kwaZulu-Natal uMxolisi Kaunda asungule ithimba elizophenya ngokwebiwa kwezibhamu esiteshini saseMkhomazi.

“Kumele kuphenyisiswe kahle ngalokhu ngoba imibiko ikhomba ukuthi kunesandla semfene ngaphakathikulesi siteshi.

“Kukhona nemibiko ethi kwebiwe namakhompyutha, namathayi ezimoto noNovemba wangonyaka odlule nangoJanuwazi, kodwa akukho okwenziwayo ngalokhu,” kusho uBlessed Gwala oyilungu le-IFP ePhalamende.

OLUNYE UDABA:Licishe lagqema amaphoyisa ikhehla libanjwa lenza ucansi emotweni

UGwala uqhubeke wathi kuyathusa ukuthi kungenzeka ubugebengu obufana nalobu esiteshini samaphoyisa kodwa kungabibikho inqubekela phambili ngophenyo.

“Izibhamu eziningi ezisendaweni eyodwa, ikakhulukazi ama-shortgun, yizona ezizingelwa yizigebengu kakhulu. Umphathi wesiteshi uyena okumele aqinisekise ukuthi izibhamu zigcinwa kuseyifu futhi isikhiye sihlala kuyena,” kuqhubeka uGwala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.