Kwembulwa kwembeswa kumdlali weMaritzburg United owashaywa yizulu

2018-03-05 12:30

Pietermaritzburg - Umdlali weMaritzburg United oshaywe wumbani ngoLwesine olwedlule namanje kusembulwa kwembeswa kuye esibhedlela.

Ngokombiko wephephandaba iThe Witness, uLuyanda Ntshangase, 21, usegumbini labagula kakhulu esibhedlela.

Lo mdlali wayenabanye abathathu ngesikhathi beshaywa yizulu besenkundleni yezemidlalo, yena washa kanzima esifubeni abanye bathola ukulimala okungatheni.

OLUNYE UDABA:Isinde ngokulambisa indoda ishaywa umbani

Umqondisi weqembu uFarook Kadodia uthe isibhedlela besingakasho lutho ngesimo sempilo kaNtshangase, kodwa uthe uphefumula ngemishini.

Uthe odokotela bathe uNtshangase usazohlala exhunywe emsihinini usuku olulodwa noma ezimbili ngaphambi kokuba bahlole isimo sakhe.

Kubikwa ukuthi ngabazali bakhe kuphela abavumeleke ukuba bambone esibhedlela.

 - KZNEYETHU

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.