Kweqe iziboshwa enkantolo

2018-02-17 08:50

Johannesburg - Iziboshwa ezimbili ebezisalinde ukuthethwa kwamacala azo zigcwele izinkalo ngemuva kokweqa ngewindi lasendlini yangasese enkantolo.

Lesi sigameko senzeke eNkantolo kaMansthi eMqanduli ngezithuba zasemini ngoLwesithathu.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Dineo Koena uthi iziboshwa bezisenkantolo ngesikhathi zicela ukuya endlini yangasese.

“Amaphoyisa athungathe ehlathini eliseduzane kodwa bekukhala ibhungezi,” kusho uKoena.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke aphinde ehle amanani kaphoethiloli

USimphiwe Goyi, 26, odabuka eDuncan Village e-East London, wayeboshelwe icala lokuphanga kuhlonyiwe, ukutholakala nesibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu, nangecala lokuzama ukubulala.

UNkanyiso Ndibongo, 22, waseNgqwarha eMqanduli waboshelwa icala lokubulala.

UKoena ucele noma ngabe ubani onemininingwane engaholela ekuboshweni kwabasolwa ukuba axhumane nomseshi uLieutenant-Colonel Zolisa Vakala ku-071 603 8377.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.