Kweqe iziboshwa eziyingozi ejele laseLimpopo

2016-08-12 10:01

Limpopo - Amaphoyisa aseLimpopo aphume umkhankaso wokuthungatha iziboshwa eziyingozi ezeqe ejele.

Ngokusho kuka-Ronel Otto okhulumela amaphoyisa kulesi sifundazwe, lezi ziboshwe bezisaqula icala kanti kuthiwa zihlomile futhi ziyingozi.

Funda nalolu daba:Zikhala ngesixiwawa iziboshwa ezisejele eliseVryheid

Lezi ziboshwa zibhekene namacala okudlwengula kanye nokuphanga behlomile. Kucelwa amalunga omphakathi ukuba aqaphele uma ezibona futhi bangazami ukuzibambela bona.

Okwamanje kusaphenywa ngokuthi zeqe kanjani ejele, kubika iSowetan.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.