Kweqe iziboshwa eziyingozi oLundi

2016-04-28 13:31

Durban - Kweqe iziboshwa eziyingozi ezintathu esitokisini sesiteshi samaphoyisa asoLundu ngoMsombuluko ebusuku.

Lezi ziboshwa bezivele eNkantolo yeMantshi yasoLundi enyakatho neKZN kanti besezizohanjiswa ejele laseNcome eVryheid.

Lezi ziboshwa zibhekene namacala okubulala, ukudlwengula nokugqekeza.

OLUNYE UDABA: kweqe iziboshwa eziyisithupha esitokisini eGoli

Okhulumela amphoyisa asoLundi uCaptain Ntombi Gwala ngoLwesithathu utshele iDaily Sun ukuthi uXolani Biyela, 25 noBongani Buthelezi, 25, basoLundi noThokozani Mbatha, 26, waseKombe bebegcinwe esitokisini ejele laseNcome kusukela ngonyaka ophelile.

"Laba bobathathu bafika esiteshini ngoMsombuluko ekuseni bahanjiswa ngokuhlukana enkantolo base bebuyiselwa esitokisini ngemuva kwesikhathi ukuze bezohanjswa ejele. Yize kunjalo ngemuva kwamahora amabili befikile esitokisini basika uphahla ngesahha beqa," usho njalo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.