Lesi yisiqalo esisha, kusho abantu baseZimbabwe

2017-11-22 07:07

Harare – Abantu baseZimbabwe ngoLwesibili bathe ukwesula kukaRobert Mugabe kuyigxathu elethembisayo ekwakheni kabusha izwe kanye nezimpilo zabo.

Izakhamuzi zakuleliya lizwe ebezihluleka nokufihla injabulo yazo, bezimemeza zithi “phumula ngokuthula” ezinye zimemeza ukuthi “le yiZimbabwe entsha”, kulandela ukuthi iPhalamende liqinisekise ukuthi uMugabe, 93, wesulile kulandela ukuphatha cishe iminyaka engu-40 kuleliya lizwe.

ERainbow Towers Hotel, lapho bekuhlanganyele khona amalungu ePhalamende, ngemuva kwesimemezelo basukume bacekela phansi isithombe sikaMugabe ebesiphanyekwe odongeni, base besigxoba ngezinyawo.

OLUNYE UDABA: Kuthunyelwe owayengumengameli ukuba ayoncenga uMugube ehle esikhundleni

Isakhamuzi saseHarare uCharles Kamba, 27, uthe akanawo amazwi okuchaza ukuthi ujabule kanjani.

"Kungathi manje yima iZimbabwe ithola uzimelegeqe. Sinethemba elikhulu lokwakha kabusha izwe lethu njengoba uMugabe engasekho,” esho.

UKamba wazalwa kuphethe uMugabe kanti uthi wayengacabangi ukuthi uyoke alubone lolu suku.

"Ngithokozile ngoba sekuphelile manje. Sesizokwazi ukubambisana manje sakhe kabusha izwe lethu,” esho.

UPardon Rashai, 34, osehlale iminyaka eminingi engasebenzi, uthe unethemba lokuthi umnotho wezwe uzobuyela esimweni kungekudala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.