Libanjwe oLundi iqola eligebenga abantu lizenza isangoma

2017-11-02 11:00

Ulundi - NgoLwesihlanu amaphoyisa asoLundi abambe owesilisa osolwa ngokugebenga abantu ezenza isangoma.

U-Abu Bukali Nsamba, 30, odabuka e-Uganda kuthiwa wagebenga umuntu imali engango-R48 000 ethi uzoyiphindaphinda.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Nkosie Gwala uthe uNsamba, ubezenza isangoma wayenga isisulu ethi abakubo bafuna ukusinika imali engu-R14 million, kodwa kumele simkhokhele imali engango-R150 000 ukuze asivulele izinhlanhla.

NgoLwesihlanu mhlaka-20 Okthoba isisulu sakhipha imali engango-R48 000, umsolwa waikeza isisuu iseyifu ekhiyiwe wasitshela ukuthi kuno-R75 000 phakathi. Echaza uNsamba wathi ngeke akwazi ukusinika yonke imali isisulu ngenxa yokuthi iseyifu yincane, imali ngeke yanele yonke.

Wathi enye uzobuye ayilethe.

OLUNYE UDABA:Kushaqeke abebehambele umshado kuboshwa umkhwenyana eMtuba

"Isisulu sizwe ngabantu ukuthi kudala uNsamba eqola abantu egameni lokubanika imali wase eya emaphoyiseni nale seyifu ekhiyiwe.

"Amaphoyisa aphuthume edolobheni oLundi lapho asebenzela khona lo msolwa wayalelwa ukuba ayivule iseyifu ayeyinikeze isisulu. Ngesikhathi eyivula, kubonakale ukuthi ufake imali engango-R3 200 kuphela futhi okungeyona imali yangempela," kusho uGwala.

UNsamba uvele enkantolo ngoLwesibili lapho efake khona isicelo sebheyili, kubika iZululand Observer. 


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.